Sicela ulinde ngesikhathi sisakufunela okungcono kakhulu ongakuthenga noma ongakuthengisa.

Sell to

Get paid with

js.rate_per_crypto.usdc

Indlela Yokuthengisa i-USD Coin Ku-Paxful

I-Paxful yenza kube lula ngabasaqala nongoti ukufinyelela inkululeko engokwezimali. Njengoba siyimakethe ye-peer-to-peer, ungathengisa i-USD Coin (USDC) ngokuqondile ezigidini zabasebenzisi kuwo wonke umhlaba ngaphandle kwesidingo sebange noma izinkampani!

Nakhu okufanele ukwenze:

Ngaphambi kokuba uqale ukuthengisa i-USD Coin, kumelwe uqale usungule futhi uqinisekise i-akhawunti yakho ye-Paxful noma ungene kwesikhona kakade. Lapho usungenile vele ulandele lezi zinyathelo:

  1. Beka imigomo yakho - Nquma inani eliphakeme le-USD Coin ofuna ukulithengisa bese ukhetha indlela yokukhokha oyithandayo. Ungakhetha nohlobo lwemali oluthandayo kanye nendawo okuyo uma uthanda.
  2. Funa okuthengiswayo - Lapho usuyibekile imigomo yakho, chofoza okuthi Funa Okuthengiswayo ukuze ubone okuthengiswayo okufanele ongakhetha kukho.
  3. Buyekeza okuthengiswayo - Ungakhohlwa ukuhlola yonke imininingwane ebalulekile yomthengi wakho kuhlanganise izinga lokuqinisekisa, inani lokuhweba okuphumelele kanye nokuphawula okuvela kwabanye abasebenzisi, ngaphambi kokuba uqhubeke.
  4. Start the trade - If you find a reputable buyer, click Sell. to review the terms and conditions set by the buyer. If you agree, enter the amount of %1s you’re willing to trade and click Sell Now. This then brings you to a live trade chat and temporarily transfers your %1s to our secure escrow.
  5. Phothula ukuhweba: Lapho usuyitholile inkokhelo futhi umthengi esekwenzile okulindeleke kuye, ungakhulula i-USD Coin eku-escrow ukuze ingene esikhwameni sakhe. Uzokwazi nokudawuniloda irisidi yomphakathi uma ufisa ukugcina amarekhodi okuthengiselana.
  6. Shiya ukuphawula - Ungakhohlwa ukusitshela mayelana nokuhweba okwenze nobuhwebelana naye ngemva kokuthengiselana okuphumelele.

Hlola Umtapo Wolwazi ukuze ufunde okwengeziwe ngendlela yokuthengisa i-https://paxful.com/zu/list-crypto-buy-sell-ad ngokushesha. Ungase usungule okuthengiswayo uma ufuna ukubeka eyakho imigomo nemibandela noma iziqondiso zokuhweba. Ungangabazi ukuthinta ithimba lethu losizo uma unanoma yimiphi imibuzo. Uhwebe kamnandi!