Owesifazane nowesilisa bahweba nge-Bitcoin komakhalekhukhwini babo. Owesifazane nowesilisa bahweba nge-Bitcoin komakhalekhukhwini babo.

Yiba umdayisi we-Bitcoin ku-Paxful

Thola inzuzo ngokuthengisa i-Bitcoin ku-Paxful usebenzisa izindlela zokukhokha ezingu-350+

Nge-Paxful, qala elakho ibhizinisi ngemizuzu embalwa nje. Sungula okuthengiswayo nge-Bitcoin yakho, beka amamaki enzuzo, futhi wenze amakhasimende ajabule ukuze ukhuphule inzuzo yakho. Bhalisa njengomdayisi namuhla futhi usungule okuthengiswayo kwakho kokuqala.*

Ngibhalise!
  • Icon depicting multiple features on Paxful.

    Okufanele kokuqukethwe ongakusebenzisela ukuhweba kwakho, okuthengiswayo kanye nezibalo

  • Icon depicting Paxful's large user base.

    Bangaphezukwezigidi ezingu-6 abasebenzisi ababhalisiwe emhlabeni

  • Icon showing multiple registered vendors on Paxful.

    Ithenjwa abadayisi be-Bitcoin ababhalisiwe abangaphezu kuka-12,000

  • Chat icon implying the high-quality support offered by Paxful.

    Ukusekelwa okusezingeni eliphezulu ukuze uhwebe ngendlela eshelelayo

The Paxful vendor dashboard showing various useful metrics, details of active trades and also the verification status of the vendor. The Paxful vendor dashboard showing various useful metrics, details of active trades and also the verification status of the vendor.

Letha i-Bitcoin yakho ku-Paxful futhi uyithengise ukuze uthole inzuzo

  • Izindlela zokukhokha ezingu-350+
  • Izindleko zokuthengiselana 0-2%
  • Ukusekelwa okukhethekile kwabadayisi abathengisa okuningi
  • Incazelo yokuthengiselana nezinzuzo
  • Uhlelo lwenxusa luzofaka abadayisi abasha ukuze kukhuliswe ibhizinisi lakho

Hweba ku-Paxful futhi uqale ibhizinisi lakho le-fintech

Intengo yamanje ye-Bitcoin: 
Indoda ekhomba ukuhweba ekuthandayo kwe-Bitcoin esikrinini.

1. Sungula noma uthole okuthengiswayo

Ungahlola noma usungule ukuthenga noma ukuthengisa i-Bitcoin. Beka awakho amanani, thola umuntu ozohwebelana naye futhi uthengiselane okokuqala namuhla.

A man selecting a profile image for his Paxful account.

2. Yakha iphrofayela yakho

Thola abathengi ngokuphothula ukuqinisekisa, ukufaka isithombe sephrofayela, nokuqoqa ukuphawula okuhle. Ukuba nomlando omuhle wokuhweba kukhuphula idumela lakho futhi kukusiza wethenjwe abantu abangase babe amakhasimende akho.

A man and a woman smiling and cheering a successful trade they completed on Paxful.

3. Hweba futhi uthole inzuzo

Thenga ngenani eliphansi uthengise ngenani eliphezulu. Lokhu kuyisisekelo sebhizinisi elihle futhi sivumelana nakho. Funda okwengeziwe ngezici zokuhweba ku-Paxful esikhungweni sethu sosizo.

An image showing the Paxful app on a mobile device with links to download it on both iOS and Android.

Hlala unolwazi, noma nini, noma kuphi

Ungakhathazeki ngokulahlekelwa ukuhweba ongase ukwenze, noma imiyalezo evela kumakhasimende. I-Paxful kulula ukuyisebenzisa futhi isebenza kuwo wonke amadivayisi. Ama-app ethu e-iOS ne-Android, azoqinisekisa ukuthi uhlale unolwazi futhi ukulungele ukusebenza.

Ithenjwa abadayisi be-Bitcoin ababhalisiwe abangaphezu kuka-12,000

  • Kareninsf user avatar image

    Kareninsf

    Paxful vendor - USA

    Paxful is a wonderful place to buy and sell Bitcoin! I started trading as a small hobby, but I'm now addicted to selling Bitcoin. I love how helpful and welcoming the Paxful community is. I also like that Paxful's dynamic support team is always available in a heartbeat if needed.

  • MaineBitcoin user avatar image

    MaineBitcoin

    Paxful vendor - Maine, USA

    Being a paxful vendor has been great. Support is always responsive and helpful, and best of all I've been able to help many new Bitcoin users get some of their first Bitcoin. It's always rewarding to be the first on-ramp to the currency of the future.

A man introducing and explaining Paxful affiliate program to his friend. A man introducing and explaining Paxful affiliate program to his friend.

Thola inzuzo eningi Ngohlelo Lwenxusa Lwe-Paxful

Uhlelo Lwenxusa Lwe-Paxful lwasungulelwa ukukusiza wandise inzuzo ngokumema abangane bakho, umndeni kanye nabanye oxhumana nabo enkundleni yethu.

Inzuzo Esheshayo Kukho Konke Ukuhweba:

  • 50% wezindleko zakho zeSigaba 1 senxusa
  • 10% wezindleko zakho zeSigaba 2 senxusa zikhokhelwe amanxusa azo
Bheka Okuningi

* Uyaqonda futhi uyavuma ukuthi i-Paxful ayihlinzeki ngeseluleko sezomthetho, esentela noma esokutshala izimali, futhi ngokwezinga olibona lifaneleka, uzoxhumana nongoti abagunyaziwe endaweni yangakini ngaphambi kokusebenzisa inkundla ye-Paxful peer-to-peer nokuba umdayisi. Sicela ukhumbule ukuthi indlela okwenzeke ngayo esikhathini esidlule akuyona inkomba yalokho okuzokwenzeka esikhathini esizayo. I-Paxful ayenzi ziqinisekiso noma ezinye izithembiso zokusebenza kwezimali noma imiphumela engase itholwe ngokuba umdayisi we-Paxful futhi uyaqonda uphinde uvume ukuthi zonke izinqumo zokusebenzisa inkundla ye-Paxful peer-to-peer ngezakho ngokuphelele. Uyaqonda futhi uyavuma ukuthi asinakuthweswa icala nganoma iyiphi indlela futhi ngeke nanini singene enkingeni ngenxa yezinqumo zakho. Uyaqonda futhi uyavuma ukuthi ukusebenzisa inkundla ye-Paxful peer-to-peer kanye nokuba umdayisi akuhlanganisi ngaphansi kwanoma yiziphi izimo ukuhlinzekwa ngeseluleko sokutshala izimali.