Paxful in Russia

We're committed to growing global financial inclusion by making cryptocurrency trading easy, fair and safe. Due to international restrictions on certain geographies, government bodies, businesses or persons by which Paxful must abide, we're not always able to offer Paxful's popular platform in every region. At the moment, Paxful does not serve users in Russia. There are no individual exceptions being made, nor is a timeline available for the reversal of this decision.

Tshala imali ku-Bitcoin kalula nangokuphephile. I-Paxful iyindawo engcono kakhulu yokuthenga, ukuthengisa kanye nokuthumela i-Bitcoin ngezindlela zokukhokha ezingaphezu kwezingu-300 ezihlanganisa izimali ezithunyelwa ngebhange, amakhadi ezipho, i-Paypal, i-Western Union, i-Moneygram, amakhadi e-debit/credit kanye nezinye izindlela eziningi!

Iyini i-Paxful?

I-Paxful iyimakethe ye-Bitcon ye-Peer to Peer exhuma abathengi nabathengisi. Kalula nje khetha indlela ofuna ukukhokha ngayo futhi uthayiphe ukuthi udinga ama-Bitcoin angakanani.

Umsebenzi wethu ukunikeza abantu abasebenzayo inkundla ephephile, enobulungisa nevikelekile yokuhweba inani lomsebenzi wabo. Izinkinga zethu eziningi zibangelwa yimali, ukuyithola nokuyithutha. Sizibophezele ukuthuthukisa abantu ngokwakha inkundla yokukhokha emhlabeni kabanzi ye-peer to peer. I-Paxful iyi-PayPal + Uber kanye ne-Wall Street yabantu.