Zuza Imali Yedijithali Nge-Paxful

Thenga futhi uthengise izimali zedijithali ngendlela elula. Thola i-akhawunti yakho ye-Paxful, qala ukwamukela inkokhelo futhi uzuze imali ngokuhweba.

Izindlela eziphezu kwezingu-350 zokuthenga nokuthengisa i-Bitcoin

Khetha indlela yokukhokha oyithandayo futhi uhwebe ngokuqondile nabanye abantu abafana nawe!

Bheka Konke Okuthengiswayo

I-Paxful kwabezindaba

I-Paxful ithandwa kakhulu emkhakheni wezimali eziyidijithali futhi kubhalwe ngayo kakhulu komagazini abaningi abadumile. Omunye wemisebenzi yethu ukwakha izikole ezingu-100 e-Afrika. Bukela ividiyo yethu ngezansi ukuze ufunde okwengeziwe ngohlelo lwethu lwe #buitwithbitcoin.

Yiba umdayisi we-Bitcoin ku-Paxful

Yiba umdayisi ku-Paxful futhi usize izigidi zabantu emhlabeni ngenkululeko yezezimali. Hlinzeka ngezindlela zokukhokha ezihlukahlukene ezithandwa abathengi, susa ophakathi umuntu komthengi nomthengisi, futhi sizokusiza ngazo zonke izinsiza kanye neziqondiso ezidingekayo ukuze uphumelele.

12,000+

Okuthengiswayo okuthenjwayo

12,000+

Abadayisi abathenjwayo

6,000,000+

Amakhasimende ajabule

Yiba umdayisi

Ukukhulunyelwa kahle

Izigidi zabantu kakade sezisebenzise i-Paxful ngokuphumelelayo futhi kuningi okuhle abangakusho ngathi. Yizwa lokho abasebenzisi bethu abakucabangayo nge-Pexful, bezisholo ngamazwi abo.

Nge-Paxful ungakwazi

Khulisa inkululeko yakho yezezimali ibe sezingeni eliphezulu nge-Paxful.

Thenga i-Bitcoin ku-inthanethi

Thenga i-Bitcoin bukhoma. Hweba nabanye abasebenzisi ku-inthanethi usebenzisa ingxoxo ebukhoma.

Thengisa I-Bitcoin

Thengisa i-Bitcoin ngenani elikhethwe nguwe, futhi ukhokhelwe ngenye yezindlela eziningi zokukhokhelwa.

Hweba nge-escrow ephephile

I-Bitcoin yakho igcinwe ku-escrow yethu ephephile kuze kube yilapho ukuhweba sekuphothulwe ngokuphumelelayo.

Yakha idumela lakho

Isistimu yethu yokuphawula komsebenzisi ikuvumela ukuba ubone ozakweni abathembekile nabangomakadebona ongahwebelana nabo.

Thola isikhwama semali samahhala

Thola isikhwama semali samahhala se-Bitcoin ongasisebenzisa ukuphila konke esinakekelwa yi-BitGo, umhlinzeki oholayo wezikhwama zemali eziphephile ze-Bitcoin.

Thola iholo elengeziwe

Sebenzisa ngokugcwele i-Affiliate Program ukuze ube nemali engena ngokuqhubekayo.

Qala ukuhweba ku-Paxful

Bhalisa namuhla futhi uthole isikhwama semali samahhala. Ngokushesha ungaqala ukuthenga nokuthengisa i-Bitcoin ngaphandle kwezinkinga.

Vula i-akhawunti