Sell to
Get paid with
js.rate_per_crypto.usdc
Indlela Yokuthengisa i-USDC Ku-Paxful
I-Paxful yenza kube lula ngabasaqala nongoti ukufinyelela inkululeko engokwezimali. Njengoba siyimakethe ye-peer-to-peer, ungathengisa i-USDC (USDC) ngokuqondile ezigidini zabasebenzisi kuwo wonke umhlaba ngaphandle kwesidingo sebange noma izinkampani!
Nakhu okufanele ukwenze:
Ngaphambi kokuba uqale ukuthengisa i-USDC, kumelwe uqale usungule futhi uqinisekise i-akhawunti yakho ye-Paxful noma ungene kwesikhona kakade. Lapho usungenile vele ulandele lezi zinyathelo:
- Beka imigomo yakho - Nquma inani eliphakeme le-USDC ofuna ukulithengisa bese ukhetha indlela yokukhokha oyithandayo. Ungakhetha nohlobo lwemali oluthandayo kanye nendawo okuyo uma uthanda.
- Funa okuthengiswayo - Lapho usuyibekile imigomo yakho, chofoza okuthi Funa Okuthengiswayo ukuze ubone okuthengiswayo okufanele ongakhetha kukho.
- Buyekeza okuthengiswayo - Ungakhohlwa ukuhlola yonke imininingwane ebalulekile yomthengi wakho kuhlanganise izinga lokuqinisekisa, inani lokuhweba okuphumelele kanye nokuphawula okuvela kwabanye abasebenzisi, ngaphambi kokuba uqhubeke.
- Start the trade - If you find a reputable buyer, click Sell. to review the terms and conditions set by the buyer. If you agree, enter the amount of %1s you’re willing to trade and click Sell Now. This then brings you to a live trade chat and temporarily transfers your %1s to our secure escrow.
- Phothula ukuhweba: Lapho usuyitholile inkokhelo futhi umthengi esekwenzile okulindeleke kuye, ungakhulula i-USDC eku-escrow ukuze ingene esikhwameni sakhe. Uzokwazi nokudawuniloda irisidi yomphakathi uma ufisa ukugcina amarekhodi okuthengiselana.
- Shiya ukuphawula - Ungakhohlwa ukusitshela mayelana nokuhweba okwenze nobuhwebelana naye ngemva kokuthengiselana okuphumelele.
Hlola Umtapo Wolwazi ukuze ufunde okwengeziwe ngendlela yokuthengisa i-https://paxful.com/zu/list-crypto-buy-sell-ad ngokushesha. Ungase usungule okuthengiswayo uma ufuna ukubeka eyakho imigomo nemibandela noma iziqondiso zokuhweba. Ungangabazi ukuthinta ithimba lethu losizo uma unanoma yimiphi imibuzo. Uhwebe kamnandi!