uhlelo lwe-paxful peer

Uhlelo Lwe-Paxful Peer

Khula Nomphakathi Wakho Futhi Uzuze Ama-Bitcoin

Injongo ye-Paxful ukuletha inkululeko engokwezimali kubo bonke abantu, futhi uHlelo Lwethu Lwe-Peer luyindlela yokufinyelela lokhu. Sijoyine, yethula imali eyidijithali kubantu abaseduze nawe, futhi uzuze okufika ku-2000 USD nge-BTC noma ngaphezulu ngenethiwekhi yakho.

Khulula Usomabhizinisi Ongaphakathi Kuwe

Ukuletha abantu ku-Paxful kulula futhi kumnandi. Hlola lezi zinzuzo ongazithola lapho usiza ngokufaka imali eyidijithali emphakathini wangakini.

uhlelo lwe-paxful peer
I-PEER
Letha abasebenzisi abasha abangu-7
uhlelo lwe-paxful peer
INXUSA
Letha abasebenzisi abasha abangu-20
uhlelo lwe-paxful peer
ILUNGA
Letha abasebenzisi abasha abangu-100
Zuza u-5 USD nge-BTC Ngomuntu Ngamunye Omlethayo
Izinzuzo Zenxusa
Ukwesekwa Okukhethekile
Ibheji Kuphrofayela Yakho
Izipho Ezitholakala Njalo
Okuthengiswayo Okukhangiswa Ngakho
Khuphula Inani Labakulandela Ezinkundleni Zokuxhumana
Izinto Ezithengiswayo Ze-Paxful
Umphathi We-akhawunti Obhekene Nawe
Zama Okusha Nemikhiqizo Kuqala
Zuza i-150 USD nge-BTC Njalo Ngenyanga

Ngiba Kanjani Yi-Peer?

Thumela isicelo, sizosihlola futhi uma konke kuhamba kahle, uzongena ngaphakathi!

uhlelo lwe-paxful peer

Yiba Yingxenye Yomndeni

Ozakwethu bavela kuwo wonke umhlaba nakuzo zonke izizinda.

Xhumana nathi Ku-Twitter Naku-Instagram!