Okokubala Intengo Ye-Bitcoin

Ukushintshwa kwentengo ye-Bitcoin ku-Paxful

Intengo yemakethe yamanje ye-Bitcoin ishintshwa njalo ngemva kwemizuzu engu-3 futhi ivezwa ngokuzenzakalelayo nge-USD. Amanani entengo e-Bitcoin kwezinye izimali eziyidijithali asekelwe esilinganisweni esihambisana ne-USD sokushintshwa kwemali. Ngezansi uzothola ishadi lokushitshwa kwezimali nge-USD.