Sicela ulinde ngesikhathi sisakufunela okungcono kakhulu ongakuthenga noma ongakuthengisa.

Buy from

Khokha nge

js.rate_per_crypto.usdc

Indlela Yokuthenga I-USD Coin Ku-Paxful

I-Paxful ihlose ukuletha izinsiza zezimali ezigidini zabantu abasebenzisa izinkonzo zezimali emhlabeni jikelele. Sikwenza kube lula futhi kuphephe ukushintshela imali yakho noma ezinye izimali zedijithali ze-USD Coin (USDC) futhi uyisebenzise lapho uyidinga kakhulu, kusukela kokuthenga nsuku zonke kuya ekutshaleni izimali.

Imakethe yethu elawulwa abantu ikuvumela ukuba uthenge i-USD Coin ngokuqondile kubasebenzisi kuwo wonke umhlaba, ngaphandle kokuhileleka kwamabhange noma abalamuli. Nayi indlela yokuthenga i-USDC ngokushesha:

  1. Bhalisa i-akhawunti – Ukubhalisela isikhwama semali samahhala sedijithali lapho ungagcina khona ngokuphephile i-USDC yakho.
  2. Funa okuthengiswayo – Khetha indlela yokukhokha oyithandayo, faka imali ozoyisebenzisa kunoma yiluphi uhlobo lwemali, bese uchofoza okuthi Funa Okuthengiswayo. Ngokucophelela hlola imigomo yokuthengiswayo ngakunye bese uhlola iphrofayela yomthengisi. Nakisisa amanani ako, ukutholakala kanye nokuphawula kokuhweba okwedlule.
  3. Qala ukuhweba – Uma uvumelana nezimfuneko zomthengisi, faka inani ofuna ukulisebenzisa bese uqala ukuhweba. Lokhu kuzovula ingxoxo ebukhoma lapho umthengisi ezokunika khona iziqondiso eziningiliziwe. Landela iziqondiso ngokucacile futhi ungangabazi ukubuza noma yimuphi umbuzo.
  4. Receive %1s – After you send the payment and mark the trade as paid, give the seller a few moments to verify the transaction. They’ll then release the %1s directly into your Paxful wallet.
  5. Shiya ukuphawula – Tshela thina kanye nabanye abasebenzisi mayelana nokuhweba okwenze nobuhwebelana naye. Lokhu kubalulekile ekugcineni inkundla yethu iphephile kuwo wonke umuntu.

Uyayibona indlela okuphephe ngayo, okushesha nokulula ngayo ukuthenga i-https://paxful.com/support/en-us ku-Paxful? Njengoba kunezindlela ezingaphezu kwezingu-300 zokukhokha ongakhetha kuzo, ukuhweba ngemali eyidijithali sekulula kakhulu. Vakashela Isikhungo Solwazi noma uthintane nethimba lethu losizo ukuze uthole imininingwane eyengeziwe.

Njengoba kunezindlela zokukhokha ezingaphezu kwezingu-300 ezihlanganisa ukukhokha ngemali, ukuthumela ebhange kanye namakhadi esipho, ukuthenga i-https://paxful.com/support/en-us kulula ngendlela eyisimanga. Awuyiboni indlela yokukhokha oyithandayo? Sitshele sizobe sesizama ukuyifaka enkundleni yethu. Ukuze uthole imininingwane eyengeziwe, hlola Isikhungo Solwazi noma uxhumane nethimba lethu losizo.