Thenga Futhi Uthengise I-Bitcoin (BTC) e-China

Tshala imali ku-Bitcoin kalula nangokuphephile. I-Paxful iyindawo engcono kakhulu yokuthenga, ukuthengisa kanye nokuthumela i-Bitcoin ngezindlela zokukhokha ezingaphezu kwezingu-300 kuhlanganise izimali ezithunyelwa ebhange kanye ne-WeChat Pay!

Funda Okuningi

Thenga i-Bitcoin manje

Shintshela olimini lwesiShayina (简体中文(SC))

Thenga i-Bitcoin nge

  • Ukuthumela Imali Ebhange
  • I-WeChat Pay
    Intengo ephambili—I-ID ingadingeka
  • I-PayPal
    Ngokushesha—I-ID iyadingeka
  • I-Payoneer
    Ngokushesha—I-ID ingadingeka
  • I-Litecoin LTC

1. Khetha indlela yokukhokha kwesobunxele

Khetha ezindleleni zokukhokha eziphambili eChina. Noma uthole noma iyiphi enye indlela yokukhokha ezindleleni eziphambili ongakhetha kuzo ngezansi.

2. Thayipha inani ozolisebenzisa

2,000,000+
Izikhwama zemali
6,000,000+
Amakhasimende ajabule
12,000+
Okuthengiswayo okuthenjwayo

Ungathenga i-Bitcoin ngezindlela eziningi

Iyini i-Paxful?

I-Paxful iyimakethe ye-Bitcon ye-Peer to Peer exhuma abathengi nabathengisi. Kalula nje khetha indlela ofuna ukukhokha ngayo futhi uthayiphe ukuthi udinga ama-Bitcoin angakanani.

Umsebenzi wethu ukunikeza abantu abasebenzayo inkundla ephephile, enobulungisa nevikelekile yokuhweba inani lomsebenzi wabo. Izinkinga zethu eziningi zibangelwa yimali, ukuyithola nokuyithutha. Sizibophezele ukuthuthukisa abantu ngokwakha inkundla yokukhokha emhlabeni kabanzi ye-peer to peer. I-Paxful iyi-PayPal + Uber kanye ne-Wall Street yabantu.

Ngingakwazi yini ukuthengisa i-Bitcoin ku-Paxful?

Siza abaseChina bathole i-Bitcoin futhi ungathola inzuzo ENKULU efinyelela ku-60% entweni ngayinye ethengiswayo. Qala ukuthengisa ngama-akhawunti akho e-WeChat Pay noma nge-akhawunti lebhange laseChina khona manje! Bheka umhlahlandlela wethu wamahhala. I-Paxful ithola abathengi abayizi-1000 be-Bitcoin abavela eChina usuku ngalunye.

Vula i-akhawunti futhi uqale ukuthengisa

Zuza Imali Ngaphandle Kokukhandleka

Ingabe wazi abantu abaningi abafuna ukuthenga i-Bitcoin eChina? Nge-Bitcoin Kiosk yakho nangohlelo Lokubambisana nothile uthola 2% ekuhwebeni ngakunye phakade ngokwabelana nje ngelinki. Qala manje.

Kungani i-Bitcoin?

I-Bitcoin iyimali eyidijithali kanye nendlela yokukhokha. I-Paxful yenza kube lula ukuthenga nokuthengisa i-Bitcoin nge-WeChat Pay, ukuthumela imali ebhange kanye namakhadi ezipho. I-Bitcoin isiyimali eyidijithali ebalulekile ezimalini eziyidijithali. Ungayibheka njengegolide eliku-inthanethi. Njengegolide, intengo ye-Bitcoin ibilokhu ishintshashintsha futhi kulindeleke ukuba intengo ye-Bitcoin ikhuphuke, ikakhulukazi lapho ezomnotho zinzima.

Ngemva kokuthola i-Bitcoin ungenza noma yini oyithandayo. Ungakhetha ukuyigcina esikhwameni sakho semali se-Paxful, uyithengise i-Bitcoin ukuze uthole ama-US dollars noma olunye uhlobo lwemali. Ungathumela i-Bitcoin kunoma yisiphi esinye isikhwama semali se-Bitcoin.

Ungayisebenzisa kuphi i-Bitcoin?

Ukuze ubone uhlu olukhulu lwabathengisi abamukela i-Bitcoin yiya ku-https://spendabit.co/merchants.

Sebenzisa i-Bitcoin kokuthandayo

I-Bitcoin ezindabeni



Amabhizinisi amakhulu amukela i-Bitcoin