I-Kiosk Ye-Paxful

Ukuthuthukisa okunamandla kwe-fiat ukuze kusekele imizamo yakho kwezobuchwepheshe

I-Paxful iyimakethe ye-Bitcoin peer-to-peer eholayo ehlinzeka ngenkululeko kwezezimali emhlabeni jikelele. I-Kiosk yethu idlulisela le nkululeko ekushintshweni kwezimali eziyidijithali ukuze kusizwe amakhasimende ayo axhase ama-akhawunti awo nge-Bitcoin. Kukhona okunye? Uthola inzuzo yenxusa ngokuzenzakalelayo kukho konke ukuthenga okwenziwa amakhasimende amasha owaletha e-Paxful, phakade.

Izinyathelo nje ezingu-3 ezilula

  • 1. Vula i-Bitcoin kiosk yakho ebukwayo

  • 2. Yithumele kuwebusayithi yakho noma isiteshi

  • 3. Qoqa u-2% wenzuzo uma uthanda isikhathi ngasinye kuthengiswa okuthile

Vula i-Kiosk ye-Paxful futhi ukhuphule ibhizinisi lakho namuhla!

Ngokubhalisa usuke wamukela Imigomo Yenkonzo Ye-Paxful, Imigomo Yenkonzo Yohlelo Lwenxusa, and Nesaziso Sobumfihlo

Kusetshenziswa amagama amakhulu kwezezimali eziyidijithali

Ngesixazululo sethu esingalandeli indlela evamile kushesha kakhulu futhi kulula ukufaka abasebenzisi abasha nokubenza baqale nge-Bitcoin. Amanye amagama amakhulu ebhizinisini asesebenzisa i-kiosk yethu kakade, nawe ungenza okufanayo!

I-Bitmart

Ukubambisana kwethu ne-Bitmart manje kuvumela abasebenzisi ukuba bathenge futhi bathengise izimali eziyidijithali besebenzisa i-Paxful Bitcoin Kiosk

Izinzuzo zokusebenzisa i-Bitcoin kiosk ye-Paxful

Izinzuzo zokusebenzisa i-Bitcoin kiosk ye-Paxful

Ukusetha okusheshayo futhi kulula ukuhlela ngendlela oyithandayo

Ungayihlela ngendlela oyithandayo i-kiosk usebenzisa amanani abekiwe kakade, izindlela zokukhokha, njll, futhi ungenza ushintsho endleleni ebukeka ngayo njengombala kanye nophawu.

Akukho mali ebuyisiwe

Njengomthengisi awunayo ingozi yemali ephindiselwa emuva njengoba inkokhelo yamakhasimende akho iphroseswe ku-p2p yemakethe yethu.

Ukusekela abakhi bamasofthiwe

Sihlinzeka ngokokuhlela i-widget ngendlela oyithandayo okuthuthukile wenzela amawebusayithi nama-apps. Thola okwengeziwe kumadokhumenti ethu okwakhiwa kwesofthiwe.

Izindlela zokukhokha ezingaphezu kwezingu-300

Amakhasimende akho angasebenzisa noma iyiphi indlela yokukhokha kulezi ezingu-350+ futhi kungabi nemali ephindiselwa emuva.

Ukuboniswa ngokoqobo

Ingabe ungumuntu ohilelekayo ekwenziweni kwezinto? Siyaqonda. Sinendlela yokukusiza! Nayi indlela yokuboniswa ngokoqobo esiyenzile ukuze ikusize uqonde indlela konke okusebenza ngayo. Lokhu kuzokusiza uqeqesheke ngokushesha.

Kubone kwenzeka ngokoqobo
Ukuboniswa ngokoqobo Ukuboniswa ngokoqobo
Ukuboniswa ngokoqobo Ukuboniswa ngokoqobo

Amapulatifomu okuguqulela i-fiat kwezinye izinhlobo zemali angaphezu kuka-300 atholakalayo

Amakhasimende akho angasebenzisa noma iyiphi indlela yokukhokha kulezi ezingu-350+ esizamukelayo. I-Bitcoin ifakwa ngokuqondile ku-akhawunti yakho ekushintsheni kwakho noma enkundleni.

Ukuthumela Imali Ebhange

I-Paxful isekela wonke amanethiwekhi wamabhange womhlaba. Ukudlulisela imali ebhange kaningi kwenzeka endaweni ethile, futhi amadiphozithi enzeka ngosuku.

Amawalethi we-inthanethi

Abasebenzisi bakho bangakhokha nganoma yisiphi isikhwama semali eyidithali esithandwayo lapho bethenga i-Bitcoin.

Amakhadi Esipho

Indlela ethandwa kakhulu, esheshayo nelula yokukhokha yabasebenzisi emhlabeni, ukuze bazithengele i-Bitcoin.

Inkokhelo kakheshi

Yamukela amadiphozithi asheshayo wasendaweni emhlabeni wonke p2p cash on-ramps ye-Paxful ekhulayo. Efanelekele kahle abangasebenzisi amabhange.

Amakhadi Wasebhange/Wesikweletu

Indlela elula, ephephile nengahluphi yokuba abasebenzisi bathenge i-Bitcoin ku-inthanethi.

Izimali zedijithali

Abasebenzisi kalula nje bangashintsha imali yabo eyidijithali bathole ama-Bitcoin.

Imibuzo Evame Ukubuzwa

Akukacaci namanje? Nayi eminye yemibuzo evamile eye yabuzwa abanye abasebenzisi be-Kiosk ngaphambi kwakho, kanye nezimpendulo zethu, ukuze sikusize uqonde izinto kangcono.

Yebo. I-Paxful Kiosk iyisisombululo esingakusebenzela. Ngokusetha i-Kiosk yethu ekushintshweni kwakho kwemali, unikeza amakhasimende akho indlela elula nesheshayo yokungena.

Vula i-akhawunti ku-Paxful.com, ngemva kwalokho ugcwalise ifomu lesikhungo i-KYC.

I-Bitcoin yeklayenti yakho ingathunyelwa esikhwameni semali esisegameni lakho, noma esikhwameni semali seklayenti enkundleni yakho.

Yebo. Ungahlela kabusha umbala futhi ufake olwakho uphawu.

I-kiosk ikuvumela ukuba ungene kuzo zonke izimali ezisekelwa yi-Paxful kanye nezindlela zokukhokha.

Yebo, ungahlela i-Kiosk yakho ngokuthengiswayo kwakho.

Ingozi yokubuyiselwa kwemali emuva ithwalwa abathengisi enkundleni ye-Paxful. Lapho i-Bitcoin yeklayenti isithunyelwe kuwe, ayisekho ingozi yokuphindiselwa kwemali ebhizinisini lakho.

Sinabasebenzi abaningi abaqeqeshiwe abangaphezu kwabantu abangu-100 abanamandla. Balamula futhi baxazulule imibango 24/7.

Yinqubo elula yezinyathelo ezingu-3 futhi kufanele ukwazi ukwenza konke kusebenze ngemizuzu nje embalwa.

Kuphephe ngendlela efana neyokuhweba ku-Paxful.

Ideshibodi ye-Kiosk ku-akhawunti yakho ye-Paxful izokunika yonke imininingwane nezibalo zama-kiosk akho kanye neholo labo.

Iholo lakho likhokhelwa nge-Bitcoin ngemva kokuthengiselana ngakunye, lingene ngokuqondile esikhwameni sakho semali se-Paxful.

Cha, amakhasimende akho ngeke nanini kudingeke ukuba ashiye iwebusayithi yakho. Angathenga i-Bitcoin ngaphakathi kwewebusayithi yakho.

Sihlele futhi salungisa isistimu ye-KYC ngokusekelwe kusofthiwe eseceleni i-Jumio. Abasebenzisi abenze i-KYC badinga i-ID, i-selfie, kanye ne-POA. Kunezigaba zokwakheka okusekelwe enanini kanye nasendaweni edinga ukuba abasebenzisi benze i-KYC.

Amakhasimende akho azokwazi ukukhetha ukusebenzisa noma iyiphi indlela yokukhokha kwezingu-300 ezamukelekile ku-Paxful. Siqhubeka sifaka izindlela zokukhokha ezengeziwe ezintsha kulolu hlu.

Izindlela zokukhokha eziphezulu zihlanganisa ukuthumela imali ebhange, i-Paypal, i-SEPA, i-Credit Card, i-Western Union, i-Alipay, ne-Vanilla Card.

I-kiosk eyokusetshenziswa kuwebusayithi yakho, ama-blog, naseziteshini ze-YouTube njalo njalo.

Yebo, singasebenza nethimba lethu lokuthengisa nokukhangisa ukuze sithole izindlela ezihlukahlukene zokusakaza ubuhlobo obusha.

I-kiosk isebenzela onke amakhasimede emhlabeni jikelele ngaphandle kwamazwe e-OFAC, njengoba kwenza inkundla yethu eyinhloko. Sinabasebenzisi abaningi ezweni ngalinye elikhulu kanye nasemalini yezwe ngalinye.

Imibuzo Evame Ukubuzwa Imibuzo Evame Ukubuzwa
Ingabe uyilungele i-Bitcoin Kiosk yakho? Ingabe uyilungele i-Bitcoin Kiosk yakho?

Ingabe uyilungele i-Bitcoin Kiosk yakho?

Ukusetha i-Paxful Bitcoin Kiosk kuyashesha futhi kulula. Vele uvule i-akhawunti, unikeze i-kiosk yakho igama, ngemva kwalokho uzobe usukulungele ukuqhubeka. Qala manje!

Vula i-akhawunti